Durban - AmaPhoyisa aKwaZulu-Natal athi amantombazana ayisishiyagalolunye kwayishumi nesithupha, akade ethunjelwe ukuyokwenziwa izigqila zocansi, asehlanganisiwe nemindeni yawo, kubika iNewswatch.